OBHEKENE namacala okuqotha abayisishiyagalolunye eMlaza ngo-Agasti 11, 2023, usola omunye wofakazi ngokuthi nguyena owadubula ...
UNXUSE abalandeli ukuba bamuphe isikhashana sokuzinza eqenjini ukuze libuyele endaweni efanele umqeqeshi wakuleli uPitso ...
ULINDELE ukuthi iScotland ibe yingozi njengenjwayelo uma sebedudulana ngeSonto omunye wabaqeqeshi bamaBhokobhoko, uDuane ...
UMHOLI we-MK, uMnuz Jacob Zuma, uncome iqhaza loqweqwe lommeli wodumo u-Advocate Dali Mpofu, oshiye i-EFF ngeqhaza alibambile ...
I-ACTION SA idalule ukuthi abantu bokufika bakweleta izibhedlela ezimbili zaseGauteng, uR1.1 billion ngokulashelwa umdlavuza.
I-SOUTH African National Roads Agency (SANRAL) ithembisa ukuthi uzovulwa ekupheleni kwale nyanga umgwaqo owuthelawayeka u-N2 ...
AKAZIBONI exolela owayeyintombi yakhe eyazama ukumbulala owesilisa, eyamchathisa nge-acid ithi isiwasho, yamphuzisa yona ngenkani, yagcina imbhunyela ngayo ibona ukuthi akafi, wabucuka ubuso nomzimba.
NAKUBA ezame kaningi ukugwema ukunconywa ngempumelelo yakhe kwi-Orlando Pirates kusukela efikile umqeqeshi wayo, uJose ...
OYINHLOKO yababhali bemidlalo yethelevishini futhi ozakhele udumo enguDabula kwi Sibaya, uChris Q Radebe, ukhala esikaNandi ...
UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...